NTEEM, Shadow034 — Ngiphumelele

Слушать NTEEM, Shadow034 — Ngiphumelele

Текст NTEEM, Shadow034 — Ngiphumelele

Isikhathi ses’fikile
Losuku ngilithandazele
Idlozi ngilihlabele izinto zavela zavuleka
Ngisebenze kanzima
Ugogo wathi guqa
Kwakungelula bathi ngeke ngiphumelele
Kodwa manje ngiphumelele
Bengididekile amaphupho afezekile
Izitha zihlasele
Izinto zonakele
Abangani bangijikele
Kodwa manje bheka
Kodwa manje ngiphumelele
Manje ngiphumelele
Time to celebrate
Pick your cup high and scream uphumelele
Nami ngiphumelele
Nami ngiphumelele
Kona bekunzima kodwa manje ngiphumelele

Ngiguqe phansi ngibheke kuwena
Ngiza kuwe ngom’thandazo ngifisa ukuthatha lelithuba bese nami ngiyabonga
Bazali ngiyabonga ningenzele lukhulu
Nami ngifuna amandla bese ngiyanibuyisela
Iykhalo zami asoze ziphele
Ngiphe amandla ngiy’sebenzele
Izitha zami nizandisele ubaphe impilo engasoze iphele
Eskolen sengiqedile amaphupho ngiwafezile
Lapho engone khona cela uxolo ngithy asoze ngiphinde
Njengendoda ngisazoqina angindingi isikhalo ngiphethe Ivika
Kudala ngazi ukuthy isikhathi sami naso sisazofika
Nimi njalo angisoze ngiphike
Izitha zami ngizikhathazile was born a fighter was born a leader
Isbongo sami ngisikhanyisile

Isikhathi ses’fikile
Losuku ngilithandazele
Idlozi ngilihlabele izinto zavela zavuleka
Ngisebenze kanzima
Ugogo wathi guqa
Kwakungelula bathi ngeke ngiphumelele
Kodwa manje ngiphumelele
Bengididekile amaphupho afezekile
Izitha zihlasele
Izinto zonakele
Abangani bangijikele
Kodwa manje bheka
Kodwa manje ngiphumelele
Manje ngiphumelele
Time to celebrate
Pick your cup high and scream uphumelele
Nami ngiphumelele
Nami ngiphumelele
Kona bekunzima kodwa manje ngiphumelele

Aww ngisebenzile
Aww ngisebenzile
Ebusuku ngiphusha ngilele ngiphusha iData no more Play
Mengikhathala I drink some Play
Buidling life here with a clay
Hoping that it will never crack
Making bed I’m gonna lay
Only coz of what you make
Honestly its gonna break you or take you higher all the way
Either way this begins now
It doesn’t matter who is saying what
Aim for the moon coz already you a star
Look how brighter you become
More and more you climbing up
There’s no time to wrap it up
Keep it going until you die
Never ever say you down
Remember when you were down you couldn’t bark
But those things you got them right
So they made you stronger man
So I think its time to rise